{"product_id":"2940154559222","title":"Ithemba Lami","description":"\u003cp\u003eLe noveli ikhuluma ngomama ophoqwa yizimo ukuba alahle umntwana wakhe uThemba osanda kuzalwa. Ngenhlanhla uThemba utholwa ngabazali abami kahle, abamthandayo, abamkhulisa kahle. Kuvela inkinga nokho uma uThemba esekhulile sekuvela ukuthi ngobani abazali bakhe bangempela. Izehlakalo eziwumphumela walokhu zisiphuzelisa unwele, zifikisele izinyembezi, kodwa futhi zilethe ithemba lokuthi ukuvela kwezinkinga empilweni akusho ukuthi sekufanele kulahlwe ithemba.\u003c\/p\u003e\u003cp\u003eLe noveli yathola uMklomelo wesiBili emcintiswaneni wokubhalwa kwezincwadi owawuhlelwe nguMnyango Wezobuciko, Amasiko Nezokuvakasha wesiFundazwe saKwaZulu-Natali ngokubambisana nabashicileli bakwa-Nasou Via Afrika ngonyaka we-2007.\u003c\/p\u003e","brand":"Via Afrika","offers":[{"title":"Default Title","offer_id":47070822269168,"sku":"2940154559222","price":2.9,"currency_code":"USD","in_stock":true}],"thumbnail_url":"\/\/cdn.shopify.com\/s\/files\/1\/0737\/7593\/9824\/files\/2940154559222_p0.jpg?v=1764070864","url":"https:\/\/shop-qa.barnesandnoble.com\/products\/2940154559222","provider":"Barnes \u0026 Noble (DEV)","version":"1.0","type":"link"}