{"product_id":"2940154566428","title":"Izinyembezi Zokulangaza","description":"\u003cp\u003eA collection of poetry by: C.T. Msimang, L.B.Z. Buthelezi, D.S. Khumalo, M.N. Dlamuka, S.B. Mthombeni, S.W. Mhlongo, M.C. Banda, B.D. Dlamuka, A.S.\u003c\/p\u003e\u003cp\u003eMkhizeLeli qogo lezinkondlo liqukethe izinkondlo zezimbongi ezimnkantsh' obomvu ekubhaleni izinkondlo, kanye nalezo ezisazithuthukisa ekubhalweni kwezinkondlo. Kulo leli qogo kudidiyelwe izibongo zesimanje kanye nezasemandulo. Kukhona nezinkondlo ezibhalwe ngendlela engachazwa ngokuthi ngeyejwayelekile. Kulolu hlobo wezinkondlo yilapho izimbongi eziningi ziphose khona esivivaneni.\u003cbr\u003eLeli qoqo lingumsebenzi osezingezi eliphezulu, futhi elamukelekile. Leli zinga licaca lapho ufunda izinkondlo ezibhalwe yizimbongi ezahlukahlukene zisebenzisa ubuciko bokunkondloza okwahlukahlukene. Lokhu kusho ukuthi ngokufunda leli qogo umfundi uthola ulwazi olunzulu lokuhlaziya ngokuqondisisa imibhalo ewubuciko bezinkondlo.\u003cbr\u003eUkuqinisekisa ukuthi leli qogo ngelezinga eliphezulu nelamukelekile, uSolwazi ongumakadebona ekubhalweni kwezinkondlo uC.T. Msimang, nguyena ongumhleli walo lonke leli qogo.\u003cbr\u003e\"\u003c\/p\u003e","brand":"Via Afrika","offers":[{"title":"Default Title","offer_id":47103653347568,"sku":"2940154566428","price":2.92,"currency_code":"USD","in_stock":true}],"thumbnail_url":"\/\/cdn.shopify.com\/s\/files\/1\/0737\/7593\/9824\/files\/2940154566428_p0.jpg?v=1764071912","url":"https:\/\/shop-qa.barnesandnoble.com\/products\/2940154566428","provider":"Barnes \u0026 Noble (DEV)","version":"1.0","type":"link"}