1
/
of
1
Via Afrika
Ithemba Lami
Ithemba Lami
Regular price
$2.90 USD
Regular price
Sale price
$2.90 USD
Shipping calculated at checkout.
Quantity
Couldn't load pickup availability
Le noveli ikhuluma ngomama ophoqwa yizimo ukuba alahle umntwana wakhe uThemba osanda kuzalwa. Ngenhlanhla uThemba utholwa ngabazali abami kahle, abamthandayo, abamkhulisa kahle. Kuvela inkinga nokho uma uThemba esekhulile sekuvela ukuthi ngobani abazali bakhe bangempela. Izehlakalo eziwumphumela walokhu zisiphuzelisa unwele, zifikisele izinyembezi, kodwa futhi zilethe ithemba lokuthi ukuvela kwezinkinga empilweni akusho ukuthi sekufanele kulahlwe ithemba.
Le noveli yathola uMklomelo wesiBili emcintiswaneni wokubhalwa kwezincwadi owawuhlelwe nguMnyango Wezobuciko, Amasiko Nezokuvakasha wesiFundazwe saKwaZulu-Natali ngokubambisana nabashicileli bakwa-Nasou Via Afrika ngonyaka we-2007.
Share
